kelly khumalo - uthando كلمات الأغنية
[intro]
[chorus]
seng’ze ngathol’ uthando, awu we baba
mkhwenyana leth’ inkomo, awu we baba
seng’ze ngathol’ uthando, awu we baba
mkhwenyana leth’ inkomo, awu we baba
[verse 1]
zangen’ inkomo kwakhumalo
awu isi yemeyem. awu yelele babo!
uyathath’ umakoti namhlanje
awu isiyeme yem. awu yelele babo
[chorus]
seng’ze ngathol’ uthando, awu we baba
mkhwenyana leth’ inkomo, awu we baba
seng’ze ngathol’ uthando, awu we baba
mkhwenyana leth’ inkomo, awu we baba
[verse 2]
bamenyiwe bonk’ omakhelwane (webaba)
kuzokikizwa, kikizwa laph’ ekhaya (webaba)
bakhona bonke nabomndeni (webaba)
uthando namhlanje lungumanqoba (webaba)
ngithol’ indoda emadodeni (webaba)
w_ngenz’ umuntu namhlanje (webaba)
awu yelele heh heh
ngibizw’ umakoti nmhlanje (webaba)
awu isiyem yem, awu yelele babo
[chorus]
seng’ze ngathol’ uthando, awu we baba
mkhwenyana leth’ inkomo, awu we baba
seng’ze ngathol’ uthando, awu we baba
mkhwenyana leth’ inkomo, awu we baba
[bridge]
awu yeheni, ngathol’ umendo namhlanje
bajabul’ abakithi namhlanje
awu yeheni, ngathol’ umendo namhlanje
bajabul’ abakithi namhlanje
[chorus]
seng’ze ngathol’ uthando, awu we baba
mkhwenyana leth’ inkomo, awu we baba
seng’ze ngathol’ uthando, awu we baba
mkhwenyana leth’ inkomo, awu we baba
كلمات أغنية عشوائية
- chante moore - my special perfect one كلمات الأغنية
- chante moore - old school lovin' كلمات الأغنية
- chante moore - precious كلمات الأغنية
- chante moore - satisfy you كلمات الأغنية
- chante moore - searchin' كلمات الأغنية
- chante moore - sexy thang كلمات الأغنية
- chante moore - soul dance كلمات الأغنية
- chante moore - straight up كلمات الأغنية
- chante moore - take care of me كلمات الأغنية
- chante moore - thank you for lovin' me كلمات الأغنية