joyous celebration - umoya kulendawo lyrics
[translation]
ukungena kwami
ngeke’fane nok’phuma kwam’
ngob’ umoya kajehova
ukulendawo (repeat)
kunjani webangcwele
laph’ omunye efakaza?
omunye uyaqiniswa
kuvuswe nokholo lwakhe
kanti kunjani webangcwele
laph’ omunye eshumayela?
isoni siyabuyiswa
sithokoze nabangcwele
izilimi kuyahunyuswa
siyathola nemfihlakalo
ng-y’ umoya kajehova
okulendawo (repeat)
amadimoni ayabaleka
kuyaphiliswa nezinhlungu
ng-y’ umoya kajehova
okulendawo (repeat)
inkinga ziyoshabalala
ubuhlungu bami buyosuswa
ngob’ umoya kajehova
ukulendawo
uuuuu…..
inkinga ziyoshabalala
ubuhlungu bami buyosuswa
ngob’ umoya kajehova
ukulendawo (repeat)
ngob’ umoya kajehova
ukulendawo (repeat x4)
inkinga ziyoshabalala
ubuhlungu bami buyosuswa
ngob’ umoya kajehova
ukulendawo (repeat)
كلمات أغنية عشوائية