
jamaid - ngangishilo كلمات أغنية
hook:
angani ngangishilo! ukuthi ngelinye ilanga
nami ngiyoba mnandi. ngiyophatha amasheke!
angani ngangishilo! ukuthi ngelinye ilanga
nami ngiyoba mnandi. ngiyophatha amasheke!
verse:
ngani ngangishilo
nami langa limbe ngiyodedisa ikati eziko
transi, idladla elihle emhlanga
ngiphathe nama million
cathu cathu from the ground up
mama bheka yimi lo, yahlangan impilo!
ngani ngangishilo something like somizi
nami i’ll get to live the dream bro!
ababengihleka bazosaba ngisho ukuveza izinyo
bayoswela nanephimbo, lokuphikisa engangikushilo!
sekushoda ubabyy sibophe ifindo!
kwasiza zona iziyalo zikamama nesalukazi sami
bathi bekezela mntan’am, kuyeza lo’khanya
naw’ usazoyiphatha nje imali, uphile ube mnandi
kodwa ungalinge ukhohlwе usukaphi
sokubheka nomaphi. just beeeee!!
hook:
angani ngangishilo! ukuthi ngelinye ilanga
nami ngiyoba mnandi. ngiyophatha amashеke!
angani ngangishilo! ukuthi ngelinye ilanga
nami ngiyoba mnandi. ngiyophatha amasheke!
verse 2:
k_manje izicelo zami usezizwile
iminyango ivuliwe
bekunini izinto zami zimile
nethemba seliwile
wathi licoshe manje kuningi
engikubekele empilweni yakho
usazojabhisa iningi
nomama ekikize kube mnandi
so ngalesibani ngiyakhuleka
ngibonga amandla onginika wona mangihluleka
ezindleleni mazinginetha
uhambe nami w_ngiduduza w_ngikhusela
ngoba ngake ngalahla ithemba
imfihlo ekimi ukuthi njalo ngangibhala ama letter
okuvalelisa ngoba ngibona ngathi ngiyehluleka
now i’m a living testimony izinto sezi better
manje kuyangibuyela
ukuthi ngangibatshela
hook:
angani ngangishilo! ukuthi ngelinye ilanga
nami ngiyoba mnandi. ngiyophatha amasheke!
angani ngangishilo! ukuthi ngelinye ilanga
nami ngiyoba mnandi. ngiyophatha amasheke!
كلمات أغنية عشوائية
- calo - gitana كلمات أغنية
- michealdragon800 - grunty industries كلمات أغنية
- versailles the everything - artificial intelligence كلمات أغنية
- open mike eagle - dark comedy late show كلمات أغنية
- devika shawty - d كلمات أغنية
- knallfrosch elektro - tanztherapie festiwall كلمات أغنية
- giovani cidreira - última vida submarina كلمات أغنية
- juan bautista - me despido كلمات أغنية
- פדרו גראס - kama peamim - כמה פעמים - pedro grass كلمات أغنية
- joewolf - i am the sky كلمات أغنية