
j-roux - umendo كلمات أغنية
chorus /hook
awsangboni k’lamalanga dali uyahluleka
ngizamil’ukubathinta kini ngifun ukubatshela
uhambekseni k’lamalanga uthi kimi uyosebenza
kanti mina ngzwile ukuthi sekphel’iminyaka ungenz’islima ungjolela
hook×4
oohh manje ntomb [uyaphel’umendo ]×2
ooh manje ntomb
[uyaphel’umendo ]×2
vers 1
ooh kazi yin lengaka abakupha yona laba abanye dali lena ong_ytholi kim
dala ngiwa ngvuka nawe nomalume ngibathumelile baymikisil’iynkomo kini
yazi nawe nghlezi ngzama ngivuk’eksen kbanda konke lokho ngithi ng’kwenzela thina
akaze ngikbeke nesandla ngikwenzel’amanga ngik’hlonipha dali ubungaboni yin
oooohh kade ngithi siya kude mina nawe
kanti mina ngthanda wena ,wen’uthanda abanye
ooh dali waze wadlala ngothando lwam
way’nyathela ngezinyawo inhliziyo yam
ohh hamba uzungtshelel’umkhwe wam azidle aybek’amathambo
ohh hamba uzubatshele ekhay’uhlulekile emendwen
chorus &hook again
vers 2
umungqoma wathi kim uzoba ngowami kphela
kube ngamemela abakithi bangitshela angzange ngakhuzeka
nganginethemba ×2 lokuthi izinto ziyohamba kahle
ubohamba kahle dali mina ke sengkhathele
ukjabula akusekh’endlini ,kukhala bantwan’endlin
oohh hamba we juba bayohlutha phambili
angeke ngsakhon’ukbekezela
inkomo zakithi ngaziswela ..wetlands kant’unjani
chorus &hook
كلمات أغنية عشوائية
- laiperoo - ,,ukute mrozem słowa.” كلمات أغنية
- zeroh - kingmidaswell كلمات أغنية
- jamaram - try try try كلمات أغنية
- flipgang - out of this world كلمات أغنية
- strings - pussy كلمات أغنية
- ben harper - i shall not walk alone - live at the apollo كلمات أغنية
- kalle baah - believe in me كلمات أغنية
- ryme$trong - ryder كلمات أغنية
- lcd soundsystem - losing my edge (live at madison square garden) كلمات أغنية
- charles hamilton - supernatural vacation كلمات أغنية