
inkabi zezwe - uthando lunye كلمات أغنية
[intro: sjava]
(eshe)
uthando lunye
thando lunye
uthando, lolunye
[pre_chorus: sjava]
vula amehlo we muntu omnyama
singa ng’nqoba ngoku thandana
ngoba uthando lunye
yeka umona we muntu omnyama
phansi ngoku zondana
ngoba uthando lunye
[chorus: sjava, big zulu]
awubheke ondlebe ikhany’ilanga
baya bambisana, baya naganelana
kanti kwakhala nyonin’ kungani
umuntu omnyama maye phumelela, thina siyam’bulala? (hawu siya mbulala)
uthando lunye (hawu thando lunye)
uthando lunye (we mfowethu uthando lunye)
uthando lunye (hayi kodwa, asibambisane)
uthando lunye (ungidlel’umona kanti mfowethu nguwe)
[verse: big zulu]
ngicela sibambisane
maku buhlungu sikhalisane
masek’sinda siphathisane
we muntu omnyama asihlalisane
o ndlebe zikhany’ilanga
siguqe phansi sicele ihlanhla
sona isandla siqolе intaba
kanti ikuphe eyethu intaba?
thando lunyе
ungidlel’umona unfowethu nguye
ngangithi simuntu munye
ngani yakwethu kanti nguwe
[pre_chorus: sjava]
vula amehlo we muntu omnyama
singa ng’nqoba ngoku thandana
ngoba uthando lunye
yeka umona we muntu omnyama
phansi ngoku zondana
ngoba uthando lunye
[chorus: sjava]
awubheke ondlebe ikhany’ilanga
baya bambisana, baya naganelana
kanti kwakhala nyonin’ kungani
umuntu omnyama maye phumelela, thina siyam’bulala?
uthando lunye
uthando lunye
uthando lunye
uthando lunye
[outro: sjava]
awubheke ondlebe ikhany’ilanga
baya bambisana, baya naganelana
uthando lunye
كلمات أغنية عشوائية
- federico vega - tan lejos كلمات أغنية
- federico vega - este mundo gira كلمات أغنية
- federico vega - cielo كلمات أغنية
- federico vega - miedo كلمات أغنية
- federico vega - que chido كلمات أغنية
- federico vega - volverte a ver كلمات أغنية
- feedback - simon's cannabis camp كلمات أغنية
- feel - please disregard كلمات أغنية
- feel - come down كلمات أغنية
- feel - i am the summertime كلمات أغنية