
inkabi zezwe - omunye كلمات أغنية
[verse 1: big zulu]
sawubona ngani yomuntu
unjani mntwana womuntu?
lapho ukhona, ngiyali bona olwami uthando
sawubona ngani yomuntu
uyaphila mntwana womuntu? (hey)
lapho ukhona, ngiyali bona olwami uthando
cela ukusondela kuwe
ngibeke amabili amathathu amagama
lapho ukhona, ngiyali bona olwami uthando
[chorus: big zulu]
angisamu boni (hayi, hey)
nguwe wedwa dali (hayi, hayi)
angisamu boni (hayi, hey)
(omunye omunye omunye)
sondela sikhulume (hayi, hey)
(omunye omunye omunye)
angisamu boni(hayi, hey)
(omunye omunye omunye)
sondela sikhulume (hayi, hayi, hhy)
(omunye omunye omunye)
(omunye omunye omunye)
sondela sikhulume (hay, hey)
[verse 2: sjava]
uyazi ngikhumbula nguqala kukubona
ufake uduk oluhlaza
kuvele i brazilian ngahlanya
ngathi dudhlu ntombazane
wavele wamamathela
we ntombi ngicеla
simbathe ndawonye
sithandane еngathi singabandawonye
olwami uthando luney’impande
ubatshele awu mbiwa ndawo
wena ngaku nikwa ithoko
umbili nondawo
othinta wena kunquma inganono
inja one inja all
wena ntombi ngiyakuthanda
ngifunga umama
futhi sengimdala, anginaso isikhathi sokudlala
dali ngiyafunga intandatho ngizoy’faka
ngihlobise isandla sakho
[chorus: big zulu]
angisamu boni (hayi, hey)
nguwe wedwa dali (hayi, hayi)
angisamu boni (hayi, hey)
(omunye omunye omunye)
sondela sikhulume (hayi, hey)
(omunye omunye omunye)
angisamu boni(hayi, hey)
(omunye omunye omunye)
sondela sikhulume (hayi, hayi, hhy)
(omunye omunye omunye)
(omunye omunye omunye)
sondela sikhulume (hay, hey)
[verse 3: big zulu]
gege legege ndoni yamanzi
uxolo ukuk’phaphela
ngihamba ngenkabi emhlophe
i two point six ngicel’ithuba
kodwa nginalo i_325
ipake endlini ne triple 3
ngu soma tekisi
ngiginqi isondo i_87
dali umuntu angiganewe
ngiphume njena ntombi angithathiwe
inhliziyo ayi gangile
sondela dali ngihluleke ngizamile, hay
angiphuzi angibhemi straight mina
drive itaxi angiceli mina
nkomo zika baba azipheli k_mina
cela uthando angi betjhi mina
[chorus: big zulu]
angisamu boni (hayi, hey)
nguwe wedwa dali (hayi, hayi)
angisamu boni (hayi, hey)
(omunye omunye omunye)
sondela sikhulume (hayi, hey)
(omunye omunye omunye)
angisamu boni(hayi, hey)
(omunye omunye omunye)
sondela sikhulume (hayi, hayi, hhy)
(omunye omunye omunye)
(omunye omunye omunye)
sondela sikhulume (hay, hey)
كلمات أغنية عشوائية
- death threat - watch your mouth كلمات أغنية
- death threat - as one we stand كلمات أغنية
- death threat - live in the moment كلمات أغنية
- death ss - ishtar كلمات أغنية
- death ss - tallow doll كلمات أغنية
- death ss - murder angels كلمات أغنية
- death ss - kings of evil كلمات أغنية
- death ss - devil's rage كلمات أغنية
- death ss - the serpent rainbow كلمات أغنية
- death ss - the shrine in the gloom كلمات أغنية