
inkabi zezwe - khaya lami كلمات أغنية
[intro: big zulu]
shuni wenkabi
[refrain: sjava]
kulaph’engikhulele khona
oh kusekhaya lana maye
kulaph’engikhulele khona
oh kusekhaya lana
kulaph’engikhulele khona
oh kusekhaya lana
kulaph’engikhulele khona
ohh kusekhaya lana
[chorus: big zulu]
khaya lami leli, ngiyalithanda
kodwa kusekhaya la
noma ngabe izindlu ezodaka
kodwa kusekhaya la
noma silala singadlile
kodwa kusekhaya la
hlekisa ngami umakhelwane
kodwa kusekhaya la
[verse 1: sjava]
(we mntwanam)
le khaya wena ong_y’qcenyi ngalo
khona abali fisayo, oh yeah
le khaya wena oy’nyeza ngalo
khona abali fisayo, mhm
le khaya olibona liyihlazo kuwe
khona abali fisayo, oh yeah
leyi ntandane еy’ngaka eyi lala engwaqcweni
yizo еzili fisayo, oh yeah
[chorus: big zulu]
khaya lami leli, ngiyalithanda
kodwa kusekhaya la
noma ngabe izindlu ezodaka
kodwa kusekhaya la
noma silala singadlile
kodwa kusekhaya la
hlekisa ngami umakhelwane
kodwa kusekhaya la
[verse 2: big zulu]
(shuni wenkabi)
baba ngiyakhuleka
kwani kweya nyukela
mpilo ngiyakhuleka
ngqcel’ungiphe amandla
impilo siyithumele
thumele umkhuleko
siyazama siyahluleka
inhliziyo yam umoya uyaphuleka
ekhaya siya hlupheka
noma ngabe izindlu ezodaka
kodwa kusekhaya lana
noma ngabe silala
siphuze amanzi wodwa
kodwa kusekhaya lana
[chorus: big zulu]
khaya lami leli, ngiyalithanda
kodwa kusekhaya la
noma ngabe izindlu ezodaka
kodwa kusekhaya la
noma silala singadlile
kodwa kusekhaya la
hlekisa ngami umakhelwane
kodwa kusekhaya la
[outro]
kulaph’engikhulele khona
oh kusekhaya la, oh yeah
kulaph’engikhulele khona
oh kusekhaya la, oh yeah
كلمات أغنية عشوائية
- lilcak3 - бездельник (loafer) كلمات أغنية
- tom schick (at) - vampire bites كلمات أغنية
- s.fidelity - ppp كلمات أغنية
- joshter jay - my name is كلمات أغنية
- lorene scafaria - we can't be friends كلمات أغنية
- zakkubea - basic كلمات أغنية
- eloïse - left side كلمات أغنية
- mkultra - jet كلمات أغنية
- spider zed - tous les gens كلمات أغنية
- samie bower - fake كلمات أغنية