imfezi emnyama - cressida كلمات الأغنية
[intro]
aw’ ama cressida madoda!
insimbi yakudala
into engavuki ekuseni, evuka emini likhanya bha!
abantwana bama 80’s
[verse 1: imfezi emnyama]
akunani bazali bami masenibonile ukuthi ngenz’iphutha
mangikheth’umuntu engimthandayo
ngenz’iphutha mangithatha i_80s lami ngilifak’ekhaya
ngiyanixolela bazali bami umasenibonile ukuthi ngenz’iphutha
mangikhetha umuntu engimthandayo
ngenziphutha mangithatha i_80s lami ngilifaka ekhaya
aw i_cressida yamii le
ayivuki ekuseni ivuka masekuphum’ilanga
alilaleli i_cressida lami mama
alilaleli i_cressida lami baba
angazi ngizoyithini lento
into efuna iyinwele ze thousand
ngzoythathaphi imali engaka
[chorus]
i_cressida
i_cressida
i_cressida
insimbi zakudala
i_cressida
i_cressida
i_cressida
i_cressida
insimbi zakudala
[post_chorus]
inkinga yalo liyasebenza
inkinga yalo linemali, alincengi lutho
nami liyangibhekelela
bazali bami ningixolele ukuthi ngithathe le_cressida ngilifake ekhaya
ngiyalibona i_2k impela lona lihle
kodwa ngisayishaye nge cressida
abantwana bama 80’s insimbi zakudala
[verse 2: ndu browns]
oh cressida yam oh
i_manual insimbi endala ak’siyi auto
i_throwback inteng_yenzi i_woman on top
inokutheleka ngo 12 eb’suku izokokota
izong’nika uthando oluhlekile izongitotosa
awuphenduke ubheke le mayeh
hawe mayeh, waze wamuhle mtakwethu
awuphenduke ubheke le mayeh
hawe mayeh, waze wamuhle mtakwethu
i_manual insimbi endala ak’siyi auto
i_throwback inteng_yenzi i_woman on top
inokutheleka ngo 12 eb’suku izokokota
izong’nika uthando oluhlekile izongitotosa
[chorus]
i_cressida
i_cressida
i_cressida
insimbi zakudala
i_cressida
i_cressida
i_cressida
i_cressida
insimbi zakudala
[post_chorus]
inkinga yalo liyasebenza
inkinga yalo linemali, alincengi lutho
nami liyangibhekelela
bazali bami ningixolele ukuthi ngithathe le_cressida ngilifake ekhaya
ngiyalibona i_2k impela lona lihle
kodwa ngisayishaye nge cressida
abantwana bama 80’s insimbi zakudala
[verse 3: danya]
aw’ into zamzukwana ey
cressida, cressida!
cressida yami, cressida!
esami lesimomondiya
into evele ishintshe igiya
ay’ futhi ishaya nge reverse yomhlaba (aah weeh!)
cressida, cressida!
cressida yami, cressida!
esami lesimomondiya
into evele ishintshe igiya
ay’ futhi ishaya nge reverse yomhlaba
udali akashodi ngalutho, i_full tank ugcwele mfi
haw’ dali hawa dali!
wakhanya okwenkanyezi
ha’w dali haw’ dali kwalento ayichazeki
kodwa into engiyaziyo , ungithinta emanonini
ngigcine sengikhala ngedwa
[chorus]
i_cressida
i_cressida
i_cressida
insimbi zakudala
i_cressida
i_cressida
i_cressida
i_cressida
insimbi zakudala
[outro: ndu browns]
i_manual insimbi endala ak’siyi auto
i_throwback inteng_yenzi i_woman on top
inokutheleka ngo 12 eb’suku izokokota
izong’nika uthando oluhlekile izongitotosa
كلمات أغنية عشوائية
- the huzz - no romance كلمات الأغنية
- bruderschaft - forever (radio edit) كلمات الأغنية
- r. stevie moore & ariel pink - no zipper كلمات الأغنية
- waglewski fisz emade - trupek كلمات الأغنية
- nakamuraemi - n كلمات الأغنية
- człowień & bleiz - na chwile كلمات الأغنية
- funky dl - setting the scene كلمات الأغنية
- earl sweatshirt - dat ass (bonus) كلمات الأغنية
- darkside (austria) - shades of grief كلمات الأغنية
- erasure - rock me gently (2009 remaster) كلمات الأغنية