
hugh masekela - chileshe كلمات أغنية
hela chileshe
ungabayeki bakubizi ikirimani
nawu ngumuntu
uzovuka nini (welele ngobese)
welele ngobese
yeka ukubiza abanye abantu izilwane
nabo ngabantu
uzofunda nini (hey nina mabhunu)
helele mabhunu
yekani ukubiza abanye abantu amakhafula
nabo ngabantu
nizocava nini (thimela, thimela)
thimlela tsotsi
yeka ukugwaza abanye abantu ngemimese
nabo ngabantu
uzokhula nini (ngenkululeko yethu)
[chorus]
ngenkululeko yethu
mina ngangiboni
ngiboni igazi lethu elichithwa ngesandla zethu
hlanganani, hlanganani yekelani uk-monakala
izizwe ziyazihleka
lalelani zinothando
helele chileshe
ungabayeki bakubizi ikirimani
nawe ngumuntu
uzovuka nini
welele ngobese
yeka ukhubiza abanye abantu izilwane
nabo ngabantu
uzofunda nini
helele mabhunu
yekani ukubiza abanye abantu amakhafula
nabo ngabantu
nizocava nini
thimlela tsotsi
yeka ukugwaza abanye abantu ngemimese
nabo ngabantu
uzokhula nini
helele (sonke singabantu)
(flugelh-rn solo)
[chorus]
nge nkululeko yethu
mina ngangiboni
ngiboni igazi lethu elichithwa ngesandla zethu
hlanganani, hlanganani bakithi yekelani uk-monakala
izizwe ziyazihleka
lalelani zinothando
helele chileshe
ungabayeki bakubizi ikirimani
nawe ngumuntu
uzovuka nini
welele ngobese
yeka ukhubiza abanye abantu izilwane
nabo ngabantu
(flugelh-rn solo)
كلمات أغنية عشوائية
- jetson - ugly كلمات أغنية
- elli kokkinou - καραβάκι (karavaki) كلمات أغنية
- two:22 - mistaken كلمات أغنية
- mia wray - send me your love كلمات أغنية
- vegetawar - ne pakirajte stvari كلمات أغنية
- zodivc - jumping jumping كلمات أغنية
- dismemberment - a path beyond كلمات أغنية
- miss bolivia - el motor كلمات أغنية
- mc maha - comunista كلمات أغنية
- alcest - en mémoire aux valeureux guerriers كلمات أغنية