hope-tg - old ashes lyrics
khuluma moya !!
ixesha lemukile
asibuyele emasisweni sibeke idolo phansi
alibuye kwakhona
alibuye elamakhosi silibambe ngezandla
sibuyuse ubulona
sifafaze imilotha
ukuze _ siphilisane njengasemandulo
sihube ingoma eyodwa sihlalisane ngeqiniso
alibuye kwakhona
alibuye kwakhona
sibuyuse ubulona
sifafaze imilotha
ixesha lemukile ehe iyelele
(uwhooooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
iyelele yelele yеlele !!
(uwhooooo hhammmm)
imilotha!!
(uwhooooo hhammmm)
(ayivunywe) indlamu yokuphila siphilе
sigidagide sigidagide!!!
(ivunywe) indlamu yokuphila siphile
singidagide sgide siphangise !!
silakhe izwe
si_la_khe izwe!!!
(uwhooooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
asithathe lendandatho
sishade n0buntu ubuntu bomuntu buphile k_muntu
asingadukisi umlando esifundiswe wona
indlela sizoyibona
kwemidala imilotha sivuse amalahle
sivuse n0buntu
asiphilelane (yimb’indlela)
kwemidala imilotha sivuse amalahle
sivuse n0buntu
asiphilelane !!! (yimb’indlela)
sibuyuse ubulona
sifafaze imilotha
ukuze siphilisane njengasemandulo
sihube ingoma eyodwa sihlalisane ngeqiniso
ngoba ixesha lemukile hee iyelele
(uwhoooo hhammmm)
imilotha
(uwhooooo hhammmm)
wo wo wo wo wo wo wo imilotha
(uwhooooo hhammmm)
(uwhooooo hhammmm)
كلمات أغنية عشوائية
- wavez (uk) - sort lyrics
- harry fraud - know about lyrics
- nxrthgvng - diamonds x pain lyrics
- life pineapple - a midnight's lullaby lyrics
- kris black - lookaround lyrics
- remute - по захвату вселенной (by capturing the universe) lyrics
- the bilinda butchers - heaven holds a place lyrics
- kaeyra - stay lyrics
- jetlagz - cześć lyrics
- the echo friendly - way up lyrics