kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

gney - aluhlangani ucu lyrics

Loading...

namhlanje yasho lokhu intombi
kusasa yasho okunye
sesiside lesiskhathi ngigudla intaba
aah

sekukaningi beng’cobelela, sekuphele amagama
sawusutshela mina ngenzenjani manje

aah ooh yeheni wemadoda
ooh aah ngilekeleleni

ntombi washona le
washona le
kwashona amalanga
ntombi washona le
washona le kwenzenjani
ntombi washona le
washona le
kwashona amalanga
ntombi washona le
washona le
ngabe ucu aluhlangani yini?

ub’hlobo engibakhayo
ngiqome ntombi ngiqome
ntombi ekhaya isbaya
sigcwele inkomo ngiqome
sekukaningi beng’cobelela, sekuphele amagama
sawusutshela mina ngenzenjani manje

aah ooh yeheni wemadoda
ooh aah ngilekeleleni

ntombi washona le
washona le
kwashona amalanga
ntombi washona le
washona le kwenzenjani
ntombi washona le
washona le
kwashona amalanga
ntombi washona le
washona le
ngabe ucu aluhlangani yini?
ntombi washona le
washona le
kwashona amalanga
ntombi washona le le le le le le
ntombi washona le
washona le
ngabe ucu aluhlangani yini?

كلمات أغنية عشوائية

اهم الاغاني لهذا الاسبوع

Loading...