
duncan - ngiyabonga lyrics
[chorus: skye wanda]
noma abangani bengangi lahla
noma izihlobo zingihlomuka
ubab’ usangigcinile, we baba ngiyabonga
noma abangani bengangi lahla
noma izihlobo zingihlomuka
ubab’ usangigcinile, we baba ngiyabonga
[hook: skye wanda]
awe baaabaaa (uwe baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)
ubab’ usang’gcinile, we baba ngiyabonga
awe baaabaaa (uwe baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)
ubab’ usang’gcinile, we baba ngiyabonga
[verse i: duncan]
argga shem, bheka…skuva
ngibonga ubaba esanggcinile
abangani sebenglahlile
abanye ngami bakhulumile kfikile ey’ ndlebeni ngizwile
bebez’ tshel’ ukuthi ngwile kanti ngiqhuzukile ngvukile isosha lisakhona empini
bebe hleka manglambile manje imina othenga igrocer
sengyabuzwa sidla nini
bebeng’ bhuqa buka bengkhuluma ekasi sophuma nini
mina ngi ngqongqozile ngi ngqongqozile
kleva bekvaliwe dolo phansi ngathandaza bheka imnyango seyivuliwe
baba somandla ngyabonga ngbhong emswanini ngale ngom’
kwabangona sengyaxola noma bangshiya neylonda
kodwa wena ukhona, wena baba uhlal’ unami ukhona
ngilaph’ engikhona ngoba ukhona plus ngizalwa nama khono
[hook: skye wanda]
awe baaabaaa (uwe baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)
ubab’ usang’gcinile, we baba ngiyabonga
awe baaabaaa (uwe baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)
ubab’ usang’gcinile, we baba ngiyabonga
[bridge: qwabe twins]
oh ngyabonga baba wami (oh ngiyabonga)
oh ngyabonga jesu (ubaba ubenathi)
oh ngiyabonga baba wami (oh ngyabonga)
oh ngyabonga ngiyabonga ngiyabonga (oh babaaa babaaa)
oh ngiyabonga (babaaa) baba wami (babaaa)
oh ngyabonga ngiyabonga (ilili lili) ngakho konke ongenzele khona (lili lili) oooh iyeyee
[verse ii: duncan]
baba deka itafula phamb’ kwezitha zami
nasemgwaqeni makshuba kodwa uhlale nami
mabengi zama ngapha nangapha unqabe nami (nqaba namiii)
ngicela ungigcinile abazali nabantwana bami (abantwana bami)
ngoba ziningi izinkinga (izinkinga)
impilo le siyayincenga (siyayincenga)
baba thethelela thethelela izitha zami
baba thethelela thethelela izitha zami (izitha zami iiy)
[chorus: skye wanda]
noma abangani bengangi lahla
noma izihlobo zingihlomuka
ubab’ usangigcinile, we baba ngiyabonga
noma abangani bengangi lahla
nom’ izihlobo zingihlomuka
ubab’ usang’gcinile, we baba ngiyabonga
[hook: skye wanda]
awe baaabaaa (uwe baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)
ubab’ usang’gcinile, we baba ngiyabonga
awe baaabaaa (uwe baba) ngiyabooongaaa (ngiyabonga)
ubab’ usang’gcinile (iye iheee), we baba ngiyabonga
(usang’ gcinile heee heee iyeeeh)
(webab usang’ gcinile heee, ngiyabonga iyee)
Random Lyrics
- luís fialho - vem ter comigo lyrics
- lil trenzo - heartless ambition lyrics
- the cd smashers - worst summer ever lyrics
- superreservao - oyster card demo1 sin lyrics
- missage - snow / step 28 lyrics
- ragusai - fluently lyrics
- melux - lyl lyrics
- bunsori - one side lyrics
- andres landero - que te vaya bien lyrics
- keanu askat - top of the world lyrics