dj lesoul - sengkhathele (radio edit) lyrics
[verse 1]
ngicel ‘ukubuza
inhliziyo yam’ ifunani?
ifuna lo noma ifuna lo
the back and forth keeps k!lling me inside
ngangingazi ukuthi, ngizozithola ngisela
ak’savumi nami angisafuni
i keep going in circles
i broke your heart
ngazi uyazi that you broke mine
sesiphila ngathi it’s fine, life’s too short, rather please be mine
seng’thule ng’yabuka
mina ngizifunela uthando olu_divine
ak’savumi nami angisafuni
i keep going in circles
[chorus]
oh sengkhathele
inhliziyo yam ayiphakelwa
yebo ngiyaz’fela, sekufike iskhathi ngikutshele
nguwe wedwa kuphela muntwami
ngicela imvelo izenzele
akusavumi, nami angisafuni
to keep going in circles
[verse 2]
nang’omuny’umbuzo
ukh’uthulе ungicabange
is it really a surprise
sеkuphinde lendaba yabanzi
it may seem we’re apart
kodwa ngicel’ ukh’utheth’okuphakathi
akusavumi, nami angisafuni i keep going in circles
[chorus]
oh sengkhathele
inhliziyo yam ayiphakelwa
yebo ngiyaz’fela, sekufike iskhathi ngikutshele
nguwe wedwa kuphela muntwami
ngicela imvelo izenzele
akusavumi, nami angisafuni
to keep going in circles
[refrain]
heyaaa, na na
heyaaa, na na
heyaaa, na na
sekuphinde lendaba yamanzi
heyaaa, na na
heyaaa, na na
akusavumi, nami angisafuni
oh i keep going in circles, sengkhathele
heyaaa, na na
heyaaa, na na
akusavumi, nami angisafuni
oh i keep going in circles, sengkhathele
[chorus]
oh sengkhathele
inhliziyo yam ayphakelwa
yebo ngyaz’fela, sekufike iskhathi ngikutshele
nguwe wedwa kuphela muntwami
ngicela imvelo izenzele
akusavumi, nami angisafuni
to keep going in circles
oh sengkhathele
inhliziyo yam ayiphakelwa
yebo ngiyaz’fela, sekufike iskhathi ngikutshele
كلمات أغنية عشوائية
- ricchi e poveri - piccolo amore mio lyrics
- citizen schraider - mete chalè lyrics
- adilson fera - já me habituei lyrics
- ауткаст (outcast.metal) - алмазная пыль [diamond dust] lyrics
- la bron - be wit you lyrics
- the arusha accord - the tightrope lyrics
- the jackson 5 - lookin' through the windows (live in japan, 1973) lyrics
- klicken - stum lyrics
- anikv - criminal (alex shik remix) lyrics
- elnarə xəlilova - pəncərəndə lyrics