
darkerrsa - indlel'enhle كلمات أغنية
algeria,nigeria,zimbabwe, south africa
ilizwe lomnotho
lapho sonke siphelela khona
sondelani nonke nizobona
undimande, kuhlase nabonkosi
mnconwa lamagasela ngajozi
umswati okhule namazulu
uphethe umsebenzi wethu
unamandla njengesambane
esimba umgodi singawulali
ezinye zibe ziwulala
izinyane lenyoka eligibela esihlahleni, lingen_z_nyawo(isfaniso)
umzimba ukhala ipiano,abanye bamzimba ukhala imali
uyaphakama udarker
esoweto
eprotea glen,nasempumalanga embalenhle
ontanga bakhe bangafakaza ngoba
abanye bebеfunga begomela bathi_
ngekе awubone umbuso wepiano
kodwa nabu ubufakazi
endlebeni zelizwe
inyoni emaphikophiko
ubhabhela phezululu
(chants)
uphaphe legwalaglwa
imvu yomnyezane,i yamlandela
phakama darker
(chants)
uphakameli’khono lakho
neksasa lakho
ngoba konke kusezandleni zakho
iksasa lakho likuwe
lento ingawe iphila kuwe
ingeyakho, ogombela kwesabo ngeke basaku phuca
sebeyofela ngaphakathi,kodwa
ngezi nhliziyo ezopha igazi
bekuvuma
nendebe zomlomo wabo zifakaza
ngoba vele kokhozi unyoni olumaphikophiko
ubhabhela phezulu
كلمات أغنية عشوائية
- $iga a - 입에 마스크 (mask on) كلمات أغنية
- loer velocity - convo piece (clean) كلمات أغنية
- disrule - devils man كلمات أغنية
- killkajo - demons كلمات أغنية
- shelly e. johnson - gift of love كلمات أغنية
- code kunst - directors كلمات أغنية
- ¢onsense l - supercílio كلمات أغنية
- brulux - noichi كلمات أغنية
- keros-n - a fond كلمات أغنية
- shan ako - get back كلمات أغنية