
cici - ngyafisa lyrics
[intro]
yeah, yeah
oh oh
[chorus]
ngyafisa sthandwa sam’, siwel’ ulwandle
ngyafisa sthandwa sami, ukuba nawe
ngyafisa sthandwa sam’, siwel’ ulwandle
ngyafisa sthandwa sami, ukuba nawe
[post_chorus]
ay ang’salali, ndincinga ngawe
ebsuk’ ang’salali, ndicinga ngawe
ay ang’salali, ndincinga ngawe
ebsuk’ ang’salali, ndicinga ngawe
[verse 1]
wedali sthandwa nguwe
opheth’ inhliziyo yami
ngeke ngiphile maw’ngekho
oh ngithi akekho umunye ngifuna wena
ngithanda wena
ngithanda wena
akekho munye baby, ngithanda wena
[pre_chorus]
ah asiwel’ ulwandle
ah asiwel’ ulwandla
my baby!
ah asiwel’ ulwandle
ah asiwel’ ulwandle
my baby!
[chorus]
ngyafisa sthandwa sam’, siwel’ ulwandle
ngyafisa sthandwa sami, ukuba nawe
ngyafisa sthandwa sam’, siwel’ ulwandle
ngyafisa sthandwa sami, ukuba nawe
[post_chorus]
ay ang’salali, ndincinga ngawe
ebsuk’ ang’salali, ndicinga ngawe
ay ang’salali, ndincinga ngawе
ebsuk’ ang’salali, ndicinga ngawe
[verse 2]
seyimide lеminyaka mina nawe sindawonye
ngizwa engathi ngisemoyeni
oh dali wami ngisemathandweni
seyimide leminyaka mina nawe sindawonye
ngizwa engathi ngisemoyeni
oh dali wami ngisemathandweni
oh ngithi akekho omunye ngifuna wena
ngithanda wena
ngithanda wena
akekh’ omunye baby, ngithanda wena
[pre_chorus]
ah asiwel’ ulwandle
ah asiwel’ ulwandle
my baby!
ah asiwel’ ulwandle
ah asiwel’ ulwandle
my baby!
[chorus]
ngyafisa sthandwa sam’, siwel’ ulwandle
ngyafisa sthandwa sami, ukuba nawe
ngyafisa sthandwa sam’, siwel’ ulwandle
ngyafisa sthandwa sami, ukuba nawe
[post_chorus]
ay ang’salali, ndincinga ngawe
ebsuk’ ang’salali, ndicinga ngawe
ay ang’salali, ndincinga ngawe
ebsuk’ ang’salali, ndicinga ngawe
[outro]
ang’salali…
ebsuk’ ang’salali
ang’salali…
ebsuk’ ang’salali
Random Lyrics
- republica - faster faster lyrics
- republica - from rush hour with love lyrics
- republica - get off lyrics
- republica - kung fu movies lyrics
- republica - holly lyrics
- republica - picture me lyrics
- republica - pub pusher lyrics
- republica - wrapp lyrics
- repulsion - acid bath lyrics
- repulsion - bodily dismemberment lyrics