cici - indaba ka bami كلمات الأغنية
[verse 1]
lal’ esfubeni sami
lalel’ inhliziyo yami
ibiz’ igama lakho
ifuna wena wedwa
bamb’ isandla sami
uyizw’ imizwa yami
gijim’ igazi lami
ngifuna wena wedwa
[chorus]
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
when i found the one
[verse 2]
buk’ emehlweni ami
bon’ umphefumlo wami
uk’jula kwenhliziyo yami
ngibona wena wedwa
sondez’ eduze kwami
kekho omunye ofana nawe
thand’ indlela ong’thanda ng-yo
ngibona wena wedwa
[chorus]
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
when i found the one
[brigde]
uyilanga, uyinkanyezi
uyikho konke engikuding-yo empilweni yami ahh
akekho omunye ofana nawe sthandwa
[chorus]
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
ng’yakuthanda baby
noma bethi awung’faneli
pho indaba kabani leyo
ehh indaba kabani leyo
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
nhliziyo ithi nci nci bo ohhh
when i found the one
كلمات أغنية عشوائية
- cotto rng - el jugador del año كلمات الأغنية
- anna leonard - anything for you كلمات الأغنية
- enema sdo - miss كلمات الأغنية
- el indio aguero - tocate كلمات الأغنية
- scarecrow squad - панихида (dirge) كلمات الأغنية
- bernard cozy - monarch كلمات الأغنية
- nicolas alves - anos 70 كلمات الأغنية
- m-crew - like me v2 كلمات الأغنية
- sp!t - subtraction كلمات الأغنية
- zeke the zombie slayur - masqido كلمات الأغنية