kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

caponit - lengoma كلمات الأغنية

Loading...

chorus
manje mak’ngena le_ngoma _
‘bafana bang’vuma babhula
kwavumi zangoma/
phela lamanzi amancane
mang’shaya lensimbi
mangena la angeke bang’khone/

baba bathethelele naba thukuthele ng’thatha
konke okwami nami ng’ngenelele _
‘bheka manje mang’gila madoda”
nale ngoma ivusa abantu abalele x2

verse
nale ngoma ivusa abantu abalele _
‘kwamelu_’vuli ndlebe zakho umamele/..
vula mehlo ubhekisise ubabheke _
phushi s’fuba nawe bese ubangene/

life is shorter than a manikin bheka
i just wanna be a better man/
ng’bhali nkondlo kule paper bheka nami
mama told me to believe it then

laba bafana bancane bayeke bancele/
mases’fika khona k’mele baqcele/ _
“”nami ng’yekeleni kanti n’thuleleni nale
ngoma ingenza ng’hambe emlindelweni _
‘bese ng’giye ng’khiphi zandla epokothweni _
ingoma ingenza nami ng’khabe s’belethweni
bheka manje bayasina/
“giya madoda mak’culeli siko/…

giya madoda mak’culeli siko
kushay’we nezandla bagideli dlozi/
“omama maphume bali_lizele
bashise ne_mpepho bavumeli ngozi/

“nabaphandle bazo ngena nge ngoma/
“zonke iinsizwa zizo vuma le ngoma/
“ng’yekeleni nami ng’shaye le ngoma/
“ng’dedeleni nami ng’phinde le ngoma/

chorus
manje mak’ngena le_ngoma _
‘bafana bang’vuma babhula
kwavumi zangoma/
phela lamanzi amancane
mang’shaya lensimbi
mangena la angeke bang’khone/

baba bathethelele naba thukuthele ng’thatha
konke okwami nami ng’ngenelele _
‘bheka manje mang’gila madoda”
nale ngoma ivusa abantu abalele/

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغاني الشهيرة

Loading...