
buhlebendalo - ntab'ezimnyama كلمات أغنية
[bridge]
wee ntab’ ezimnyama
umam’ uth’ ang’yotheza
[verse]
umam’ uth’ angiphum’ ekhaya
ngiyotheza lapha ngaph_sh_ya
kodwa ngiyesaba
selishonil’ ilanga
umam’ uth’ angishiy’ ikhaya
ngiyotheza ngale kwamawa
imbiz’ izing’mele, zing’mele wee
maye ng’yesaba
[chorus]
k_mnyam’ ezweni (k_mnyama mama)
omam’ emakhaya bahlal’ emthandazweni (ak’safani nakudala)
kuth’ ilanga loshona siphephile (ling’shonel’ ilanga)
kubi k’lomhlaba kodwa sihlala siqaphele (wee ma)
k_mnyam’ ezweni (k_mnyama mama)
omam’ emakhaya bahlal’ emthandazweni (khuleka mzali)
kuth’ ilanga loshona siphephile (ling’shonel’ ilanga, ling’shonele)
kubi k’lomhlaba kodwa sihlala siqaphele (wee ma)
[bridge]
(chants)
[verse]
akusafani nakudala
laph’ inkunz’ ifikela abantwana
wee mama, kusafani nasemandulo
laph’ ikhaya liyisiphephеlo
s’cel’ intethelеlo
akusafani nakudala
laph’ inkunz’ ifikela abantwana
wee mama, kusafani nasemandulo
laph’ ikhaya liyisiphephelo
s’cel’ intethelelo
(verse)
umam’ uth’ angiphum’ ekhaya
ngiyotheza lapha ngaph_sh_ya
kodwa ngiyesaba
selishonil’ ilanga
umam’ uth’ angishiy’ ikhaya
ngiyotheza ngale kwamawa
imbiz’ izing’mele, zing’mele wee
maye ng’yesaba
[chorus]
k_mnyam’ ezweni (k_mnyama mama)
omam’ emakhaya bahlal’ emthandazweni (ak’safani nakudala)
kuth’ ilanga loshona siphephile (ling’shonel’ ilanga)
kubi k’lomhlaba kodwa sihlala siqaphele (wee ma)
k_mnyam’ ezweni (k_mnyama mama)
omam’ emakhaya bahlal’ emthandazweni (khuleka mzali)
kuth’ ilanga loshona siphephile (ling’shonel’ ilanga, ling’shonele)
kubi k’lomhlaba kodwa sihlala siqaphele (wee ma)
كلمات أغنية عشوائية
- pedro guerra - life vest under your seat كلمات أغنية
- from the crowd - never be okay كلمات أغنية
- april wine - don't push me around كلمات أغنية
- the gits - insecurities (live) كلمات أغنية
- abreu - au naturel كلمات أغنية
- les wampas - country en croatie كلمات أغنية
- long way home - one more dance كلمات أغنية
- julión alvárez - sin memoria كلمات أغنية
- caroline konstnar - im a steak كلمات أغنية
- trippie redd - hate me كلمات أغنية