brenda fassie - mali كلمات أغنية

ngothini mina babo
ngothini mina ngawe mali
ngolila mina koze kube nini na yo
umama w_ngitshela ngawe
wathi awulunganga bo
uthathe abantabami
uthathe nomuzi wami
kanti mina ngoneni kulomhlaba somandla
w_ngiyeka kanjalo
kungcono ungithathe ngihambe
ngilandel’umama wami
kanti lomhlab’unjani
ubhek’abanemali
kanti lomtheth’unjani
umunt’ungumuntu ngemali
we mali
abant’abasathandani
we mali mali
umuntu umuntu ngemali
we mali, ubulal’umagubane
we mali, amajel’agcwele ngenxa yakho
ngizothini mina babo, hayi ngemali
ngizothini mina babo, hayi we mali
we mali, ubulal’umagubane
we mali, amajel’agcwele ngenxa yakho
ngizothini mina babo, hayi ngemali
ngizothini mina babo, hayi we mali
kanti lomhlab’unjani
ubhek’abanemali
kanti lomtheth’unjani
umunt’ungumuntu ngemali
we mali
abant’abasathandani
we mali
umunt’ungumuntu ngemali
we mali, ubulal’umagubane
we mali, amajel’agcwele ngenxa yakho
ngizothini mina babo, hayi ngemali
ngizothini mina babo, hayi we mali
ngizothini mina babo
(hay hay hay we mali) hayi ngemali
(hay hay hay we mali) ngizothini mina babo
hay hay hay we mali
ngizothini mina babo
(hay hay hay we mali) hayi ngemali
(hay hay hay we mali) ngizothini mina babo
hay hay hay we mali
ngizothini mina babo
(hay hay hay we mali) hayi ngemali
(hay hay hay we mali) ngizothini mina babo
hay hay hay we mali
ngenxa yemali we ma yebo
(hay hay hay we mali)
hay hay hay we mali
كلمات أغنية عشوائية
- yung beef - gps كلمات أغنية
- ryangetguap - fuck love كلمات أغنية
- ignea - too late to be born كلمات أغنية
- britton - r u ok كلمات أغنية
- aj dynamite - khalina n3ichou كلمات أغنية
- tom sean - heart hotel كلمات أغنية
- lauriete - casa cheia كلمات أغنية
- jana kramer - untouchable* كلمات أغنية
- bob dylan - i contain multitudes كلمات أغنية
- edgy winter - lazy day كلمات أغنية