bongile - mdali كلمات أغنية
[verse]
mdali kwenziwa yini ukuthi thina sizw’esimnyama
sithi sisonta kangaka kodwa sihlala sihlupheka
sithi sikhonza kangaka kodwa sikhungethw’ubumpofu

abelungu yibona abafike namasonto
abelungu yibona abasilethel’ibhayibheli
ande futhi labantu, abakwaz’ukuhlupheka
masisesontweni, basemabhishi
masisesontweni basemaclabhini
[chorus]
sicela usixolele somandla, kodwa ngabe yini iphutha lethu
sicela usixolele somandla kodwa ngabe yini isono sethu

sicеla usixolele somandla, kodwa ngabe yini iphutha lеthu

كلمات أغنية عشوائية
- slim slater - robin hood كلمات أغنية
- mornery - cruising كلمات أغنية
- bt lucci - focus on comin' up كلمات أغنية
- reddy - 변했어 (change) كلمات أغنية
- herrick & hooley - validation كلمات أغنية
- man without country - clipped wings كلمات أغنية
- tim hicks - slow burn كلمات أغنية
- esa & dj lato - poltergeist كلمات أغنية
- north point insideout - arms open wide كلمات أغنية
- planetshakers - all about you كلمات أغنية