blxckie - ngivelelwe lyrics
[chorus: blxckie]
ayy ngithi ngivelelwe, ngivelelwe nguwe
anginaso isikhathi sakho, awunaso isikhathi sami
ayy ngithi ngivelelwe, ngivelelwe nguwe
awunaso isikhathi sami, and anginaso isikhathi sakho
[post_chorus: blxckie]
usulokhe ungishaya, ngama phone call
kanti awazi, loluthando alusekho? alusekho
usulokhe ungishaya, ngama phone call
kanti awazi, loluthando alusekho? alusekho
[refrain: blxckie]
ayy ngithi ngik’valele ngaphandle, aw’ ngaphandle
ncono uvele ukhohlwe, ukhohlwe
angisazi ukuthi ngithini kuwe, kuwe
mlayezo yami igcwele nguwe, wena wedwa
[post_chorus: blxckie]
usulokhe ungishaya, ngama phone call
kanti awazi, loluthando alusekho? alusekho
usulokhе ungishaya, ngama phone call
kanti awazi, loluthando alusekho? alusekho
[verse: garde]
oh nah, angina sikhathi sothando
oh nah, angina sikhathi solavo
ulokhе ung’belesele
ama please call asendwa nguwe
aw’ ngicela umuntu ang’tshelele yena, yena
aw’ ngicela umuntu ang’tshelele yena, yena
ngithi yii, yii, yii, ang’sak’thandi
yii, yii, yii, ang’sak’funi
ngithi ngivelelwe, ngivelelwe ngawe, yeah
[chorus: blxckie]
ayy ngithi ngivelelwe, ngivelelwe nguwe
anginaso isikhathi sakho, awunaso isikhathi sami
ayy ngithi ngivelelwe, ngivelelwe nguwe
awunaso isikhathi sami, and anginaso isikhathi sakho
[post_chorus: blxckie]
usulokhe ungishaya, ngama phone call
kanti awazi, loluthando alusekho? alusekho
usulokhe ungishaya, ngama phone call
kanti awazi, loluthando alusekho? alusekho
[refrain: blxckie]
ayy ngithi ngik’valele ngaphandle, aw’ ngaphandle
ncono uvele ukhohlwe, ngithi ukhohlwe
angisazi ukuthi ngithini kuwe, kuwe
mlayezo yami igcwele nguwe, wena wedwa
[post_chorus: blxckie]
usulokhe ungishaya, ngama phone call
kanti awazi, loluthando alusekho? alusekho
usulokhe ungishaya, ngama phone call
kanti awazi, loluthando alusekho? alusekho
[outro: garde]
yeah, oh yeah
oh yeah, aweh ma
oh yeah, hay’bo
كلمات أغنية عشوائية
- tyvek - city of a dream lyrics
- allblack - kony flow lyrics
- denson camp - sarah says lyrics
- 李毓芬 (tia lee) - 相信你 (believe in you) lyrics
- gang of four - one true friend lyrics
- n1ghtm4re - on my own lyrics
- catherine corelli - home (classic) lyrics
- volo (fra) - a mon cou lyrics
- fernando e sorocaba - anjo de cabelos longos lyrics
- 張敬軒 (hins cheung) - 懷舊情人 (antique lover) lyrics