blaq diamond - ung'bulalelani كلمات الأغنية
[intro: danya]
wemfwethu ungibulalelani?
dadewethu ehh ungibulalelani?
sihlobo sami ungibulalelani?
ngithi ungibulalelani?
awu ungibulalelani?
ngithi ungibulalelani?
awu ungibulalelani?
[chorus: danya]
sabandawonye, sabandawonye eh
sabandawonye, sabandawonye
oh thina sabandawonye, sabandawonye
oh thina sabandawonye, sabandawonye
sabandawonye, sabandawonye eh
sabandawonye, sabandawonye
oh thina sabandawonye, sabandawonye
oh thina sabandawonye, sabandawonye aaah
[verse 1: ndu brown]
inzondo, imoya emibi ingigqiba ingifaka ekhoneni
impumelelo yami eyenza nihlale emoneni
ingane yabantu ayikwazi nanokuphas’ ecollege
inkinga inkinga bayicimel’ iknowledge
ngizama ukwakha nina nifika niyadiliza
an-z- ukunyuka kwami nani nizo benefit(a)
lengxabano yethu yazi iyangikhalisa
kuthiw’ abazukulu sebemphoxil’ umagriza
yazi ngeliny’ ilanga nami ngiyafisa
ukuthi sihlale sibambisane ukuze siwa achieve
ngisho isizukulwane naso singasifundisa
ukuthi masthandana isbongo singasiphakamisa
[chorus: danya]
sabandawonye, sabandawonye eh
sabandawonye, sabandawonye
oh thina sabandawonye, sabandawonye
oh thina sabandawonye, sabandawonye
[verse 2: ndu brown]
inzondo iyon’ imbangela eyachith’ igazi
usiphiwe bewumjita ohlanganis’ iplani
bathi uzenza ngcono ngoba uthand’ ispani
laba banye izinto zabo ngathi azihlangani
lashabalal’ isosha kwakhal’ abazali
angiphath’ iyingane ngazi zona zizodlani
ngazi uthini unembeza ngaphakathi
bathath’ iqhawe ebelilisuk-mel’ ikasi
wo webafwethu, wo dadewethu
wendl’ emnyama nakhu sibulalana sodwa
asibambaneni
masithandaneni
ubobekezela imin’ iyeza nakuwe
[chorus: danya]
sabandawonye, sabandawonye eh
sabandawonye, sabandawonye
oh thina sabandawonye, sabandawonye
oh thina sabandawonye, sabandawonye ay
[outro: ndu brown]
woo ooh
webafwethu ningibulalelani?
ngoba ngithi ngizamela thina
webafwethu ningibulalelani?
woo ooh
webafwethu ningibulalelani?
ngoba ngithi ngizamela thina
webafwethu ningibulalelani?
كلمات أغنية عشوائية
- lakewood music - do what only you can do (live) كلمات الأغنية
- black star riders - turn in your arms كلمات الأغنية
- ryllz - hunt you down كلمات الأغنية
- kacey fifield - five seconds of fame كلمات الأغنية
- acidink - irreversible كلمات الأغنية
- s.karma - mind,don’t mind كلمات الأغنية
- peaksayaa! - คีย์ใจ (heart key) كلمات الأغنية
- rome streetz - 1000 ecstasy كلمات الأغنية
- aftemoon - погасло (gone out) كلمات الأغنية
- meggie - how long كلمات الأغنية