
blaq diamond - ibhanoyi كلمات أغنية
[intro]
aw noma bengathini
wena ungowami
oh indizamshini
aw ng’zok’thengela
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
waa ah…
[chorus]
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
[verse 1: ndu browns]
aw noma bengathini ke
wena ungowami ke
nabaphasi sebevumile
aw ngithi sekulotshiwe
ikhanda l’vele l’dume
um’ungekho eduze
i-smile sami saziwa nguwe
we-sweetheart my love weh
aw sebezamile baningi bethi sohlukana kodwa lento ayenzeki
aw bathi u-babe ungidlisile kanti abazi ukuthi mina ngisemathandweni
[bridge]
oh indizamshini (oh indizamshini babe)
aw ng’zok’thengela (aw ng’zok’thengela sthandwa sami)
[chorus]
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
[verse 2: danya]
ufike empilweni yami wena ibheda ibhemile
izinto sezincono umalambane uvukile
k’shuthi uk’thanda wena dali into ebidaliwe
ng’yok’thanda ng’yoze ng’ngene egalile
inhliziyo ishayakancane
mangizw’iphimbo lakho
sthandwa ang’khathali
ng’yohlala ngingowakho
[bridge]
oh indizamshini (oh indizamshini dali)
aw ng’zok’thengela (aw ng’zok’thengela mina)
[chorus]
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
aw ng’zok’thengela ibhanoyi
(my love)
[outro]
aw noma bengathini, wena ungowami
(my love)
aw noma bengathini, wena ungowami
(my love)
oh indizamshini (my love)
ah ng’zok’thengela (my love)
كلمات أغنية عشوائية
- hundo (rapper) - coldplay كلمات أغنية
- david amselem - shoot me كلمات أغنية
- a petal fallen - red admiral كلمات أغنية
- kk ousado - tanto faz كلمات أغنية
- bnkdakid - rio كلمات أغنية
- the veer union - slaves to the system كلمات أغنية
- nascar aloe - u is for u and me كلمات أغنية
- to the hopeless - a void & a vibrant sky كلمات أغنية
- t9ine - star كلمات أغنية
- sophie meiers - you and me again كلمات أغنية