big zulu - wema dlamini كلمات الأغنية
[intro]
[chorus]
[verse 1: big zulu]
bathi hey hey
ntomb’ endala ukhon’ umqombothi
siphumakud’ emadamini namajimbozi, ayy
ntomb’ emhlophe awubhek’ ijongozi
thula ngyaba zoom(a) ngidons’ umshini ngipheth’ umsholozi, ayy
ukukhula kwethu kwakunama disco
sihlaleloboma bra, omgqumeni abo_oskido
hhawu abo [?] oyizoyizo
engekh’ oshayi dap sinuk’ ikhwapha sidlal’ i_beat
yebo ngyakhumbul’ ezam’ inkabi ziqabul’ ukhamba
mtaka aunt phuza phela solibon’ iksasa
yey! kanti kunjani sobon’ ismanga
ibhoda sibambane kush’ inzila makushonilanga
sasithi masibuhlaba kub’ okunye phezu kobunye
zilokhu zigudla ngokhamba kub’ olunye phezu kolunye
kodw’ ezanamhlanje ziphuz’ omunye aphuz’ omunye
zidlal’ usista betina adekw’ omunye phezu komunye
[chorus]
[verse 2: kid x]
[chorus]
[verse 3: big zulu]
asizile ngempi
kodwa siphuma kwafelubala
[?] hlehla mama ngizomtshel’ ubaba
ngalithel’ ukhamba
wentokazi ungalimel’ ulaka
salusa kakhulu khohlw’ isaka sinokuphath’ intambo
kuthiwa beku lit madlamin i[?]
sikhipha besiyibiza sidl’ ukhamba uzitholel’ isinkwa
iskwiza sasis’ ningi ukhiph’ islungu sikunik’ itaste
kuthiwa beyimithi stomach out syikhiph’ isisu
kwayi kwayi nesigqebhe mtanomuntu gug’ othandayo
thay shay nisibheke madlamini kugodl’ olahlayo
bye bye syicel’ emanaweni kukhuz’ ophaphayo
ntomb’ efihl’ umjolo emajongwen’ isheng’ elinyanyayo
senikhula nge nay nay thina sasishay’ iphatha phatha
ngapha kusho nesgubhu kujaiv’ ibhunu ngenkalakatha
brentwood, icressida bekunokugcwal’ icaracara
sekuno zodwa wabantu sasino yvonne chakachaka
[chorus]
كلمات أغنية عشوائية
- nicole c. mullen - curiosity كلمات الأغنية
- sk8 - same ol' ways كلمات الأغنية
- che.z - friends كلمات الأغنية
- sarah hart & sarah kroger - remembrance of you كلمات الأغنية
- suzanne vega - (i'll never be) your maggie may (acoustic version) كلمات الأغنية
- custard - venus flytrap and lightning bug كلمات الأغنية
- pablo america - superwoman كلمات الأغنية
- alex22 - premessa كلمات الأغنية
- john faser - quando la nebbia inghiottì la luce كلمات الأغنية
- the hackles - alligators كلمات الأغنية