big zulu - lomhlaba unzima كلمات الأغنية
[intro: umzukulu]
[chorus: umzukulu]
[verse 1: big zulu]
bathi hallelujah! amen! syivula ngomthandazo
ngegama likajesu unkulunkulu uthixo wemangazo
nkulunkulu mama soxelel’ abasonayo
sohlangan’ e_gallile kuyoba mnandi bengekh’ abasontayo
shweele baba thethelel’ izono zami
akukho lula ukuba yim’ izondo inami
nam’ angilazi icala lami isono sami
izitha zyangiladela vika dloz’ amandl’ enkabi
ngizomemeza unkulunkulu wamabhinca
uzosabela ithukuthuku mabe zidla
ngisele ngedwa inxushunxushu bayang’ gila
bathi khala zonke mtaka_ma uyokhala kuzwe bani
uphenduk’ intandane inyembezi ziwela phansi
sal’ usubuya nkulunkulu wama bhinca
ngizogqok’ u brentwood ngizocothoza masu fika
[chorus: umzukulu]
[verse 2: big zulu]
ayy! zyolal’ insizwa kuyosal’ ibongo
syobamb’ ishisa kuyosab’ inongo
zyoland’ indlondlo zyoshiy’ izono
bek’ ithemba k_mdali kuyoqhum’ ibongo
sikhakhile kwenela kunzima nokuyi fakaza
usithathel’ amaqhawe inhloso yakh’ ukusi hlakaza
umgqumeni indidane was’ ugcina nge chalaha
kukhon’ okusesi fubeni kodwa kunzim’ ukuku phalaza
salus’ usubuya nkulunkulu yaz’ awudeli
isizwe sojabula inxushunxushu yaz’ aypheli
usivikele kwiph_kuph_ku yaz’ ayqeni
ibhinca lizo jabula lizokikiza ingez’ aypheli
alusekh’ uthando ihlekisan’ ihlomelela
unzim’ umhlaba isibheken’ ibophelele
awu buya baba isizwe sakh’ usithethelele
ukukhal’ akusizi inyembezi sek_moshakele
[chorus: umzukulu]
كلمات أغنية عشوائية
- nki (rus) - бесконечность (infinity) كلمات الأغنية
- stan (fra) - cobalt كلمات الأغنية
- noskie - home w/ lil dth prod drmabeats كلمات الأغنية
- ego kill talent - diamonds and landmines كلمات الأغنية
- trillblizz - gespenst كلمات الأغنية
- dropout gv - vamp mosh كلمات الأغنية
- tyler carter - die from a broken heart كلمات الأغنية
- thrill pill - один на земле (alone on earth) كلمات الأغنية
- samurai0536 - how are you كلمات الأغنية
- elizabeth olmedo - la tapatia كلمات الأغنية