kalimah.top
a b c d e f g h i j k l m n o p q r s t u v w x y z 0 1 2 3 4 5 6 7 8 9 #

big zulu - inkabi awuna nembheza كلمات الأغنية

Loading...

awunanembeza wenkabi (shwele)
yelele nkabi yami
bathi wemnganami wabulal’ubaba
w_ngena waphuma washiya kulel’uyaca
bakubiza ngenkabi wabaphul’amakhanda
namhlanje usejele uzogwentsh’iminyaka
wemnganami wabulal’ubaba
w_ngena waphuma washiya kulel’uyaca
bakubiza ngenkabi wabaphul’amakhanda
namhlanje usejele uzogwentsh’iminyaka
nkabi awunanembeza (wemnganami wabulal’ubaba)
nkabi awunanembeza (w_ngena waphuma washiya kulel’uyaca)
nkabi awunanembeza (bakubiza ngenkabi wabaphul’amakhanda)
nkabi awunanembeza (namhlanje usejele uzogwentsh’iminyaka)

nkabi awuna nembeza nkani awunaku yimela
idumbu zom’ rapper zilele phansi yaz’ uyadelela
inkabi seziyay’celela xola asinakuyimela
ngibagxoba nge flow ngisemfuleni igazi ligeleza
mina loshun wami i can’t get eyy anike nidede
can’t tholakala nje undendende eyy ngeke ngyeke
ukubulala abom_rapper nje ngeke ngiyeke aningiyeka
k_47 hlehla m’rapper ayy ngizenzele
ngafika ngathwal’ amazondo mangifika ngathwal’ amajongo
babuz’ abo skrr skrr iyiphi lenkabi ethwal’ amajongo
ayy suka usukel’ ingqongqo inkabi zidlala nge ngqongqo
yanxaph’ isesandleni iyacasuka uphambana nom’bhobho
nkabi awunanembeza (wemnganami wabulal’ubaba)
nkabi awunanembeza (w_ngena waphuma washiya kulel’uyaca)
nkabi awunanembeza (bakubiza ngenkabi wabaphul’amakhanda)
nkabi awunanembeza (namhlanje usejele uzogwentsh’iminyaka)
nkabi awunanembeza (wemnganami wabulal’ubaba)
nkabi awunanembeza (w_ngena waphuma washiya kulel’uyaca)
nkabi awunanembeza (bakubiza ngenkabi wabaphul’amakhanda)
nkabi awunanembeza (namhlanje usejele uzogwentsh’iminyaka)
ohh mina ngyofel’ empini ilanga liyoshon’ emini
umgodi wethunzi lokufa sabhekana kuyokhal’ umshini
isililo siyosala kini mawuphik’ ithi skrr skrr
awukhohlwe ama gold digger asemayimi umfan’ uyothol’ ipiki
mina ngahlul’ abaculi nesikhumb’ esihlul’ abashuki
nginkomo edla yodwa nophond’ olodwa uhlobo lwenkunzi
inkani lenkabi ung_yicuphi yalala inkabi ung_yiphuphi
unogwaja odla nezinja uyabahlula uhlobo lwempunzi
um’rapper wafik’ isig_yig_yi sa k!ll_a kwasal’ intandane
sibulala kwasani ok’bamb’ imic sipheth’ umbaimbai
kwathi qham kwathi shazi kwathi bye bye
valelise bye bye sikhohlw’ ujub jub iyabulal’ inkabi nje 99
nkabi awunanembeza (wemnganami wabulal’ubaba)
nkabi awunanembeza (w_ngena waphuma washiya kulel’uyaca)
nkabi awunanembeza (bakubiza ngenkabi wabaphul’amakhanda)
nkabi awunanembeza (namhlanje usejele uzogwentsh’iminyaka)
nkabi awunanembeza (wemnganami wabulal’ubaba)
nkabi awunanembeza (w_ngena waphuma washiya kulel’uyaca)
nkabi awunanembeza (bakubiza ngenkabi wabaphul’amakhanda)
nkabi awunanembeza (namhlanje usejele uzogwentsh’iminyaka)
ngangena ngashiya bezilile inkabi yafika seyidiniwe
bathi badlal’ iphimbo babheda ichoir wafika seyibhimbile
umfana wafika seyibhemile ushun waphotha bebhekile
inkabi idlala yodwa irough siyayisaba isikhiphel’ e game_ini
ngafika kwambulwa kwembeswa umfana waduba wadeda
iyamemeza insimbi entathakusa yaqhuma kwabheda
ayy suka na beefa kwajeza bathula khulum’ unembeza
inkabi izinukel’ ikhwapha abo skrr skrr sebeth’ iya dap_a
eshu bavel’ ukusihlanyela benzani bavel’ ukusiphaphela
bazenz’ okhandashisa buk’ inkabi inhloko iyayihlahlela
iyew’ ubheke ngizoyinyathela inkabi ushun iyawuphahlela
buk’ abo skrr skrr ukushis’ impepho sekwab’ isitayela
nkabi awunanembeza (wemnganami wabulal’ubaba)
nkabi awunanembeza (w_ngena waphuma washiya kulel’uyaca)
nkabi awunanembeza (bakubiza ngenkabi wabaphul’amakhanda)
nkabi awunanembeza (namhlanje usejele uzogwentsh’iminyaka)
nkabi awunanembeza (wemnganami wabulal’ubaba)
nkabi awunanembeza (w_ngena waphuma washiya kulel’uyaca)
nkabi awunanembeza (bakubiza ngenkabi wabaphul’amakhanda)
nkabi awunanembeza (namhlanje usejele uzogwentsh’iminyaka)
nkabi awunanembeza (wemnganami wabulal’ubaba)
nkabi awunanembeza (w_ngena waphuma washiya kulel’uyaca)
nkabi awunanembeza (bakubiza ngenkabi wabaphul’amakhanda)
nkabi awunanembeza (namhlanje usejele uzogwentsh’iminyaka)
wemnganami wabulal’ubaba
w_ngena waphuma washiya kulel’uyaca
bakubiza ngenkabi wabaphul’amakhanda
namhlanje usejele uzogwentsh’iminyaka

كلمات أغنية عشوائية

كلمات الأغاني الشهيرة

Loading...