
baby s.o.n, kelvin momo & stixx - mamazala كلمات أغنية
happy, happy, happy, happy mamazala
aw ngiz’lethile inkomo zakhe
ngimthathile umntwana wakhe
uzosiwashela, asidekela
ngimthandil’ thandi thandile
ngimthandil’ umntwana wakhe
that’s why uhappy, happy, happy mamazala
happy mamazala
laph’ enext door kwase khaya
lapha ngambona khona
laph’ekuhlal’ umamazala
(umtholaphi, mntwana omuhle so?)
laph’ enext door kwase khaya
lapha ngambona khona
laph’ekuhlal’ umamazala
wakhetha mina wena
uthando lwakhe lungifice
uthando lwakhe lungifihle
uzimisele ngami
ufun’ ukuba nami kuze kube
wakhetha mina wena
uthando lwakhe lungifice
uthando lwakhe lungifihle
uzimisele ngami
ufun’ ukuba nami kuze kube
zafik’ inkomo zafik’ inkomo
laphum’ ilanga laphum’ ilanga
jabula mama wami
jabula mama wami
zafik’ inkomo zafik’ inkomo
laphum’ ilanga laphum’ ilanga
jabula mama wami
jabula mama wami
laph’ enext door kwase khaya
lapha ngambona khona
laph’еkuhlal’ umamazala
(umtholaphi, mntwana omuhle so?)
laph’ enext door kwasе khaya
lapha ngambona khona
laph’ekuhlal’ umamazala
كلمات أغنية عشوائية
- lil darkie - mandatory coronavirus song every rapper must make كلمات أغنية
- evildead - blasphemy divine كلمات أغنية
- reminisce - oloun كلمات أغنية
- rob mayes - i'll bet كلمات أغنية
- rahul - mahi aaja كلمات أغنية
- jemr - tres noches كلمات أغنية
- dallas (rus) - whitetrash كلمات أغنية
- matteo - lockdown كلمات أغنية
- fatevil - jewel كلمات أغنية
- crawlers - breathe كلمات أغنية