azana & mthunzi - sifanelene كلمات الأغنية
[verse 1: azana]
ngihambile, ngagudla izintaba zonke
angimbon’ ofana nawe
ngigudlile ngalahleka ngaphinda ngazithola
angimbon’ ofana nawe
[chorus: azana]
salisusa phansi, salithatha salivusa
salibeka phezulu
impatho phezulu
salisusa phansi, salithatha salivusa
salibeka phezulu
impatho phezulu
[post_chorus: azana]
wen’ungowami, ngiyak’thanda
kukhokonke esidlule kukho
wen’ungowami, ngiyak’thanda
kukhokonke esidlule kukho
[verse 2: mthunzi]
(oh yeah)
wena ngikuphiwe yinkosi, hmh
uyisbusiso kimi, woah, oh
asoze ngikuyekele baby
asoze ngikushiye, oh
[chorus: azana, mthunzi]
salisusa phansi, salithatha salivusa (salivusa)
salibeka phezulu (phezulu)
impatho phezulu (oh yeah)
salisusa phansi, salithatha salivusa (salivusa)
salibeka phezulu (phezulu)
impatho phezulu
[post_chorus: azana & mthunzi]
wen’ungowami, ngiyak’thanda
kukhokonke esidlule kukho
wеn’ungowami, ngiyak’thanda
kukhokonke esidlule kukho
wеn’ungowami, ngiyak’thanda
kukhokonke esidlule kukho
wen’ungowami, ngiyak’thanda
kukhokonke esidlule kukho
[bridge: azana, mthunzi]
ungifanele (ungifanele)
ungifanele (ungifanele)
sifanelene (sifanelene)
sifanelene (sifanelene)
ungifanele (ooh)
ungifanele (oh yeah)
sifanelene (sifanelene)
sifanelene (sifanelene, oh)
(sifanelene)
[outro]
(iphela kanje?)
كلمات أغنية عشوائية
- katie gregson-macleod - all the while كلمات الأغنية
- manges - bist du für rap bereit? كلمات الأغنية
- ogee¥as - nokia كلمات الأغنية
- gucci mane - gelati كلمات الأغنية
- doums - électron libre كلمات الأغنية
- mxtisse - j'ai mal كلمات الأغنية
- jayya - villain كلمات الأغنية
- mladen vojičić tifa - kraljica ponoći كلمات الأغنية
- jay wheeler - once:once كلمات الأغنية
- ysh prshr - monster كلمات الأغنية