
amu classic, kappie, mellow & sleazy & thatohatsi - into the stars كلمات أغنية

[verse 1: thatohatsi]
ingabe sikhonza inkosi eyiyedwa na?
ngob’ ung’nik’ inhlupheko
kodwa wena ukunika imali
ngabe imvana yona ingilalele na?
angoba izimo zethu azifani
ingabe sikhonza inkosi eyiyedwa na?
ngob’ ung’nik’ inhlupheko
kodwa wena ukunika imali
ngabe imvana yona ingilalele na?
angoba izimo zethu azifani
ayi ngiyanibona bafethu niyayidla lemali
z’yakhala ngakimi ngiyayizwa lendlala
ayayaya
ayi ngiyanibona bafethu niyayidla lemali
z’yakhala ngakimi ngiyayizwa lendlala
[bridge: cowboii]
ayaya yaya
aibo izwa
ah izwa
[chorus: cowboii]
ngcwele, ngcwele, ngcwele, ngcwele
shwele, shwele, shwele, shwele
lomhlaba ugcwele amanga k’yafana mos’
nalothandazayo mayе akana moto mos’
ngitshel’ umama ukuthi ng’shiya konke phansi
iy’ntanga zami zonke zihamba zivula ama fеrrari
wena nkosi usikelela abadlala ngemali
ngathi manje sek’khathele konke naba phansi
ngcwele, ngcwele, ngcwele, ngcwele
shwele, shwele, shwele, shwele
lomhlaba ugcwele amanga k’yafana mos’
nalothandazayo maye akana moto mos’
ngitshel’ umama ukuthi ng’shiya konke phansi
iy’ntanga zami zonke zihamba zivula ama ferrari
wena nkosi usikelela abadlala ngemali
ngathi manje sek’khathele konke naba phansi
[verse 2: thatohatsi]
ingabe sikhonza inkosi eyiyedwa na?
ngob’ ung’nik’ inhlupheko
kodwa wena ukunika imali
ngabe imvana yona ingilalele na?
angoba izimo zethu azifani
ingabe sikhonza inkosi eyiyedwa na?
ngob’ ung’nik’ inhlupheko
kodwa wena ukunika imali
ngabe imvana yona ingilalele na?
angoba izimo zethu azifani
ayi ngiyanibona bafethu niyayidla lemali
z’yakhala ngakimi ngiyayizwa lendlala
ayayaya
ayi ngiyanibona bafethu niyayidla lemali
z’yakhala ngakimi ngiyayizwa lendlala
[bridge: cowboii]
ayaya yaya
aibo izwa
ah izwa
[chorus: cowboii]
ngcwele, ngcwele, ngcwele, ngcwele
shwele, shwele, shwele, shwele
lomhlaba ugcwele amanga k’yafana mos’
nalothandazayo maye akana moto mos’
ngitshel’ umama ukuthi ng’shiya konke phansi
iy’ntanga zami zonke zihamba zivula ama ferrari
wena nkosi usikelela abadlala ngemali
ngathi manje sek’khathele konke naba phansi
كلمات أغنية عشوائية
- fridi - bla-bla-bla كلمات أغنية
- straight outta junior high - it's a brand new day كلمات أغنية
- sam short - faulty wiring كلمات أغنية
- kio (uk) - b-line كلمات أغنية
- selin montero el negrito del swing - el rabo del gato prieto كلمات أغنية
- корупція (corruption) - фам фаталь (femme fatale) كلمات أغنية
- animal couch - trees كلمات أغنية
- sarah allison turner - intervention كلمات أغنية
- marco sonaglia - ballata per sacko كلمات أغنية
- thrilly - two man كلمات أغنية